izinhlanzi kwamanye amazwe ngokuhweba
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokumaketha izimpahla ezithunyelwa ngaphan
Isicelo seMvume yokuthumela izinto ngaphandle
Isicelo sokuvunyelwa nobhaliso lwefasilithi yempil
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela izinto
Isicelo seMvume yokuthumela izinto ngaphandle izinhlanzi kwamanye amazwe ngokuhweba
Ukufaka isicelo sokuhweba namanye amazwe ngezinhlanzi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ukuhweba ngezinhlanzi wukwenza imisebenzi ephathelene nokudoda njengokuthengisela amanye amazwe izinhlanzi ngenhloso yokwenza inzuzo. Ukuhambisa izinhlanzi zasemanzini uzise kwamanye amazwe noma uzise ngaphandle kwemincele yase South Africa, kumele ufake isicelo sephomedi yokuthumela impahla ngaphandle kwaleli ekhishwa ngungqongqoshe wegatsha eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha noma isiphathimandla esikhethiwe. Akekho umuntu ovunyelwe ukuthi athumela izinhlanzi ngaphandle kwaleli ngaphandle kwephomedi yokwenze njalo. Faka isicelo esisha sephomedi uma lena onayo isiphelelwe yisikhathi emuva kwezinyanga ezintathu. Uma uhluleke ukuthobela lesimiso sephomedi, ingamiswa iphomedi yakho noma ihoxiswe.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Faka isicelo Iphomedi yokuthumela impahla ngaphandle kwaleli.
Fundisisa ifomu uqinisekise ukuthi uphetha zonke izimfanelo zesimiso zesicelo.
Thumela ulwazi olulandelayo:
Uma lowo ofaka isicelo sokuthumela impahla ngaphandle kwaleli egeyena onelungelo lokudoba, akasinikeze lamaphepha alandelayo:
o ubufakazi bomthwalo kanye nekheli lalabo abazokunikeza izinhlanzi ozozithumela o igama elejwayelekile nelesayensi lenhlanzi o nenani lezinhlanzi ozozithumela.
Thumela amakhophi anesitembu samaphoyisa alamaphepha alandelayo:
Imali yokufaka isicelo ingu R225.
Gcwalisa, usayine uposele ifomu lakho namaphepha adingekayo kwabaphethe ezamanzi nesifunda sasogwini(Imininingwane yabo ibhaliwe ngaphansi) thumela amaphepha okuqala ngaphandle kwaloko iphomedi ingeke ikhishwe.
Amaphepha okuqala yiwona okumele uwathumele, ngaphandle kwaloko iphomedi ungeke uyithole.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo sakho sizosetshenzwa izinsuku ezingu 7 noma ngaphezudlwana uma amaphepha onke aphelele.
Phezulu
Izindleko
Imali yokufaka isicelo ingu R225. Izindleko zingakhushulwa njalo ngomnyaka noma ngokusho kuka ngqongqoshe wegatsha eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha noma isiphathimandla esikhethiwe besebenzisana nongqongqoshe wezezimali.
imininingwane yasebhange yephomedi yokufaka isicelo sokungenisa impahla:
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
