Isicelo somxhaso (sosizo) lwendlu kumuntu oyedwa
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo somxhaso sosizo lwendlu kumuntu oyedwa
Isicelo sosizo lomxhaso wesikhungo
Isicelo sokufakelwa kwinqubo yezezindlu zabantu
Isicelo sosizo lwamasabsidi imixhaso ezindaweni za
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Indawo yokuhlala
Isicelo somxhaso sosizo lwendlu kumuntu oyedwa
Isicelo somxhaso (sosizo) lwendlu kumuntu oyedwa
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Umxhaso (usizo) lwendlu kumuntu oyedwa, yigranti kahulumeni enikezwa umuntu siqu ofuna ukuba nobunikazi besitende esinamasevisi noma izinsiza (esinezinkonzo). Umxhaso (usizo) lwenza ukuthi labo abazuzayo bakwazi ukungenela ikontraki nomakhi, noma ukuthenga indawo yokuhlala evele ikhona, engeyona ingxenye yeprojekthi yomxhaso wendlu osuvele wamukelwe.
Lo mxhaso ubuye usize nalabo okumele bawuthole obafisa ukukhuphula izinga lemixhaso yabo ngokuthola imali-mboleko, kanye nalabo abangakwazi ukuthola imali-mboleko.
Abantu abahlangabezana nalezi zidingo ezingezansi kumele benze isicelo:
izakhamuzi zaseNingizimu Afrika noma umuntu onemvume yokuhlala unomphela oshadile noma ohlalisana nomunye umuntu isikhathi eside umuntu oneminyaka engaphezulu kuka-21 ubudala onabancike kuye abathola umholo womndeni uhlangene ongu-R3 500 noma ongaphansi kwaleli nani umuntu ongakaze abe nendlu yokuhlala ngaphambilini (kodwa kukhona abangabophezelekile kulo mbandela)
abenzi-zicelo abakhubazekile abenza izicelo sokushintshelwa okuthile (kudingeka isitifikedi sikadokotela).
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo elitholakala kuphela kwaboMnyango wezeZindlu wesiFundazwe (weProvinsi), emabhangi kanye nakomasipala.
Thatha ifomu uhambe nalo kwabomthetho ababhekana nokubhalisa ubunikazi bempahla ukusuka komunye ukuya komunye (conveyance) ukuyogcwalisa iSigaba (i-section) G.
Thatha ifomu uhambe nalo kuMboleki noma kwisikhungo sezezimali ukugcwalisa iSigaba (isection) H umangabe leso sicelo sihambisana nokuthola imali-mboleko.
Hambisa ifomu kuSokontilaki ukugcwalisa iSigaba (isection) I, uma kuyindlu esanda kwakhiwa.
Hambisa nawo wonke amadokhumende esiqinisekiso, isibonelo, incwadi kamazisi, isitifikedi somshado, isitifikedi sokuzalwa,ubufakazi bomholo kanye netayitela lokuthenga.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Asikho isikhathi esibekiwe.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
