Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukungenisa ngaphakathi nokuthumela ngaphandle imik
Isicelo sokungenisa impahla ebuya ngaphandle eqond isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Isicelo semvume yokungenisa izimoto ezithengiswa o kungenisa izinhlanzi ngenhloso yohwebo
Uhwebo kwezinhlanzi ukuzithokozisa
Isicelo sokungenisa ngaphakathi kwezwe izilwane ne
Sokungenisa ngaphakathi ezweni noma ukuhambisa ngo
Isicelo sokungenisa amakhemikhali
Isicelo sokungenisa izilwane nemikhiqizo ezilwane
Isicelo sokungenisa noma ukuhambisa ngokudlulisa isitifikedi sokuqinisekisa ukuthi izitshalo azinaz
Isicelo semvume yesikhashana yokungenisa izilwane
Isicelo sokungenisa ngaphakathi ezweni isipesimeni
Ngenisa ngaphakathi izinto zokuxilonga izifo yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela izinto
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela
Isicelo sokungenisa imikhiqizo yederi (yobisi) ngaphakathi ezweni noma ukuhambisa ngokudlulisa eNingizimu Afrika
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Lezi zimvume zokungenisa impahla (import permit) zibekelwe umkhawulo wesikhathi esithize, kanye nokungeniswa kanye.
Yenza isicelo semvume okungenani amaviki ayisithupha kodwa hhayi angaphezulu kwayisishagalombili ngaphambi kwenyathelo olihlosile.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo
Uma imikhiqizo ihamba ngokudluliswa eRiphabhliki yeNingizimu Afrika, kumele kube nekhophi yemvume kadokotela wezilwane ebuya kulelo lizwe lapho lo mkhiqizo osiwa khona, le khophi yemvume kumele inikezwe ihambisana nesicelo semvume yokudlusa umkhiqizo, isicelo sinikezwe udokotela wezilwane weNingizimu Afrika.
Imali yediphozithi kumele ifakelwa kwi-akhawunti yebhangi loMnyango wezoLimo:
Igatsha: 010845
Sicela niqaphele: Umngenisi womkhiqizo, unomsebenzi emahlombe akhe wokukhokhela amashaji ebhangi, kanye namashaji eBhangi langaPhandle uMnyango ngeke wakhipha imvume uma inani eligcwele elingamarandi ayikhulu (ZAR115) lingakakhokhelwa.
Imali ingakhokhelwa nasemahhovisi loMnyango wezolimo, uhla lawo olufakelwe kamuva esigabeni esithi: Indawo nendlela yokuxhumana.
Uma wenza isicelo egameni lomunye umuntu, sicela uqinisekise ukuthi ukhokha egameni lalowo muntu noma leyo nkampani.
Asikho isicelo esiyobonelelwa ngaphandle kobufakazi bokukhokha. Ubufakazi bokukhokha kumele buthunyelwe ngefekisi kule nombolo ethi: 012 329 8292, iqondiswe ku: Ina Labuschagne.
Chaza kwifomu lesicelo ukuthi ngabe uzozilandela imvume noma kumele uposelwe yona. Qinisekisa nabehhovisi lemvume ngocingo ukuthi imvume isilungile ngaphambi kokuba uyoyilanda.
eThekwini: Ucingo: 031 337 4346/7
Ucingo: 011 613 1636
Izidingo zokungenisa imikhiqizo yenyama zitholakala ehhovisi lemvume noma kwi-website yoMnyango wezoLimo ekhelini loMnyango wezolimo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kuthatha izinsuku ezimbili ukuya kwezintathu zokusebenza ukubhekana nesicelo semvume uma abempilo yezilwane besivuma.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezoLimo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
