﻿
Ukufaka isicelo sokubhalisa njengomfundisi wokushayela
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Izimiselo eziphathelene nezimoto ezihamba emgwaqweni zikazwelonke zithi umuntu ofuna ukuba ngumfundisi wokushayela kumele abhaliswe negatsha lezokuthutha. Ukuze ube ngumfundisi wokushayela umele ukuthi ufundiswe kwawena uphumelele ekuhlolweni kwakho. Umuntu ofuna ukuba ngumfundisi wokushayela uzosebenza ngesigaba sezimoto anelayisensi yokuzishayela. Isitifiketi somfundisi wokushayela siyaphela emuva komnyaka.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Faka isicelo sesitifiketi sokufindisa ukushayela kunomangayiphi isenta ekhipha amalayisensi.
Gcwalisa ifomu RI, lokufaka isicelo sokuba ngumfundisi wokushayela.
Yiza nisitifiketi sakwadokodela.
Khokha imali enqunyiwe.
Uzothunyelwa esiteshini samaphoyisa uyothola umbiko wamacala.

Isenta izothumela isicelo sakho kwilungu lesigungu sekhansela ukuze ivunywe noma yenqatshelwe, uma ivunyiwe, isenta izokhipha iphomede.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



National Road Traffic Act, 1996  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Iphomede izolunga emuva kwamaviki angu 6 kuya ku 8.

Phezulu

Izindleko

