

Isicelo sokushintsha inkampani ukuthi ibe yi-close corporation

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Izidingo zemenejimente neze-administration ye-close corporation  ziphansi kakhulu kanti futhi nokuhleleka kwakhona kuphansi  kakhulu kunokwenkampani. Ngakho-ke, ama-senior executive  kwinkampani bangathatha isinqumo sokushintsha inkampani ebhalisiwe ukuthi ibe yi-CC.

Uma negama lizoshintshwa lapho inkampani iguqulwa ukuthi ibe yi-CC, kumele kufakelwe nekhophi yefomu le-CK7 elivunyelwe lihambisane nesicelo sokuguqula.

Ukuze uthole ulwazi olunabile, bheka kwi-website yo Companies and Intellectual Property Registration Office.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Xhumana nabe-Companies and Intellectual Property Registration Office.
Gcwalisa ifomu le-CK7 ukulondoloza igama le-CC uma igama lizoshintsha.
Gcwalisa ifomu le-CK4  kanye nefomu le-CK1,
Fakelani incwadi ebeka igama elisha lika-accounting iHhovisir ogunyaziwe
Fakelani igama eliveka kwi-auditor yenkanpani ngokulandel isigaba 27 somthetho we-Close Corporation, 1984. Incwadi kumele ichaza ukuthi ngubani u-auditor omusha.
Fakelani amakhophi amadokhumende omazisi awo onke amalunga e-CC

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Close Corporation, 1984 , Section 27 

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Kungathatha izinsuku ezine ukuya kwezinhlanu ukubhekana nesicelo.

Phezulu

Izindleko

Ngu-R100

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Amafomu atholakala nge PDF. Ukuvula amadokhumende e-PDF udinga uhlelo lwe-Adobe Acrobat Reader 4, noma yezinga eliphezulu kwikhompyutha yakho. Luzokwenza ukuthi ukwazi ukuvula amadokhumende ngokuqonde ngqo kwi-browser yakho.

Application for Conversation of Close Corporatio CK4
Application for Registration of Close Corporation CK1
Reserve Close Corporation's name CK7

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


