﻿
Isicelo sokuguqula i close corporation ukuthi ibe yinkampani
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

I-close corporation  kungenzeka isikhule kakhulu kangangokuba ifuna ukuqhubeka nokukhula, kudingeka abathengi bamasheya ukuze bafakele enye imali kwi-CC.

Noma, mhlawumbi i-CC iqhudelana nezinkampani ezinkulu nakhona ifuna ukuba yinkampani ukuze ikwaze ikwazi ukwenza imisebenzi yayo iqhubeke kakhulu nokwazi ukuqhudelana kakhulu.

Ukuze uthole olunye ulwazi ngena kwi-website ethi Companies and Intellectual Property Registration Office.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Uma igama le-CC lizoshintshwa, kudingeka ukuthi kugcwaliswe ifomu le-CM5.
Yenza amakhophi efomu le-CMI ukuya kwi-CM44C
Fakela isitatimende esibuya kwi-accounting iHhovisir we-close corporation
Uma kuzobakhona izinguquko  olwenziwayo, njengalapho ilunga lishiya phansi, ukuphela konyaka wezimali, noma kuqashwa u-accounting iHhovisir, kumele kugcwaliswe amafomu e-CK2 no-CK2A ngaphambi kokuba kushintshwe, noma ngemuva kokushintsha. Amafomu okushintsha i-close corporation angatholakala kwi-online .

U-accounting iHhovisir kanye no-auditor we-close corporation asikho isidingo sokuthi kube ngumuntu oyedwa.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Companies Act, 1973  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Uma kungekho madokhumende afakelwe ngokwehlukahlukana kunamadokhumende avela enkampani, kuzothatha izinsuku ezimbili ukuya kwezinhlanu zokusebenza ukushintsha  i-close corporation ukuthi ibe yinkampani. Uma amadokhumende efakelwe ngokwehlukahlukana, kuzothatha amaviki amathathu ukuphethe ngenqubo.

Phezulu

Izindleko

Ngu-R350 we-memorandum and articles
Ngu-R50 ukubekelwa igama.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

(Amafomu atholakala nge PDF. Ukuvula amadokhumende e-PDF udinga uhlelo lwe-Adobe Acrobat Reader 4, noma yezinga eliphezulu kwikhompyutha yakho. Luzokwenza ukuthi ukwazi ukuvula amadokhumende ngokuqonde ngqo kwi-browser yakho.

Application for reservation of name, CM5
Notice of Registered Office and Postal Address of Company, CM22 
Power of Attorney – Notification to act on behalf of promoters, CM29
Contents of Register of Directors, Auditors and Officers, CM29
Notice of Consent to change name, or resignation by auditor, or removal of auditor CM31
Certificate to commence business, CM46
Statement by each director regarding adequacy of capital, CM47
Memorandum of Association of a company having share capital.

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


