﻿

Hlola ukuthi ngabe igama lakho liyavela yini kuhla lwabavoti

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Abavoti ababhalisile , bangaqinisekisa ukuthi babhaliswe kahle yini kuhla lwabavoti. Uma igama lakho lingekho kuhla lwabavoti , uzokwelulekwa ukuya ehhovisi khomishana ezimele yokhetho i-Independent Electoral Commission  ukuze ubhalise futhi.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Xhumana ne-IEC ngamahora okusebenza kule nombolo ethi: 0800 11 8000 , ebese ubanikeza inombolo yakho kamazisi .
Thumela i-SMS nenombolo ye-ID yakho kwinombolo ethi: 32810.
Uvakashele kwi-website ye IEC ukuqinisekisa isimo sakho kwikhompyutha.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Electoral Act, 1998  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Ulwazi luzoqinisekiswa ngesikhathi ulindile.

Phezulu

Izindleko

Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Awekho amafomu agwaliswayo.

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


