

Ukushintsha inani lesondlo



Izincazelo

Ungacela ukuthi inani elikhokhelwa isondlo lishintshwe, ngoba lingaseneli, noma ngoba ungasafinyeleli ukukhokha lelo nani lesondlo.

Ukuthola olunye ulwazi, ngena kwi-website ethi: yaboMnyango wezoBulungisa nokuThuthukiswa koMthetosisekelo.


Izinyathelo okumele zilandelwe
Uma ungumuntu owemukela isondlo:
Yenza isicelo enkantolo kamantshi ekudistriki yalapho umuntu ukhokha isondlo ehlala khona.
Gcwalisa ifomu lesicelo elifanele ebese ulifakela, lihambisane nesitatimende somholo kanye nezindleko kwisikhulu sezondlo.

Uma ungumuntu okhokha isondlo, kodwa ungasafinyeleli inani:
Yenza isicelo sesichibiyelo somyalelo kwihhovisi likamantshi kudistriki yalapho umuntu owemukela isondlo ehlala khona.
Gcwalisa ifomu elifanele ebese ulifiakela kwisikulu sezondlo

Gcwalisa isitatimende somholo nezindleko, kanye nesitatimende esichaza izizathu zesicelo, ukufakele kwisikhulu sezondlo ngisho noma ngabe ungowemukela isondlo noma okhokha imali yesondlo. Inqubo efanayo naleyo eyalandelwa ngesikhathi kusungulwa udaba lwesondlo izolandelwa. 

Imithetho nemigomo 

Maintenance Act, 1998  and related Regulations )

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi kanye nesikhathi sokwenziwa komsebenzi

Nizophathwa ngokulinganayo, ngobuntu kanye nesithunzi nenhlonipho.
Isicelo sakho sizophathwa ngokusheshisayo nangendlela enomphumela okungakhonakala ngayo.
Fakela isikhalazo ongaba naso kuMphenyisisi weZondlo ; kwiSikhulu seZondlo , kuMininjela weNkantolo kanye nakwiNhloko yeRijini : Isikhungo sezoBulungisa ukuThuthukiswa koMthethosisekelo noma iSikhungo seQophelo leNkonzo ; uMnyango kaZwelonke wezoBulungisa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo, iProjekthi yezondlo ; noma kwaboPhiko lobuqondisi (Directorate): Eziphathelene nezobulili.

Izindleko 

Ngaphandle kokuba usherifu ecela ukuthi kukhishwe imali kuqala ezokwenza ukuthi akwazi ukwenza ngokulandela umyalelo wesondlo, ngeke kwabanezindleko.

Amafomu okumele agcwaliswe





Form A: Application for Maintenance Order 

Form B: Substitution or Discharge of existing Maintenance Order 

Form C1: Subpoena in terms of Section  of the Maintenance Act, 1998   somthetho wezondlo)

Form C2: Subpoena in terms of Section  of the Maintenance Act, 1998   somthetho wezondlo

Form D: Notification to admit Statements by Witnesses 

Form E: Maintenance Order in terms of section 16 of the Maintenance Act, 1998 

Form F: Notice to make Maintenance Payments on behalf of person against whom Maintenance Order was made 

Form G: Consent and Maintenance Order in terms of section 17 read with Section 16 of the Maintenance Act, 1998 

Form H: Order by Default and Notice in terms of Section 18 read with Section 16 of the Maintenance Act, 1998 

Form I: Application for Variation/Setting Aside of an Order by Default in terms of Section 19  of the Maintenance Act, 1998  somthetho wezondlo))

Form J: Subpoena in terms of Section  of the Maintenance Act, 1998   somthetho wezondlo))

Form K: Application for Enforcement of Maintenance or other Order in terms of Section 26 of the Maintenance Act, 1998 

Form L: Warrant of execution against Property in terms of Section 27 of the Maintenance Act 

Form M: Application for Variation/Setting Aside of an Order by Default in terms of Section 27  of the Maintenance Act, 1998  somthetho wezondlo)

Form N: Application for Suspension, Amendment or Rescission of an Order for the attachment of Emoluments in terms of Section 28 of the Maintenance Act, 1998  soMthetho weZondlo)

Form O: Subpoena in terms of Section  of the Maintenance Act, 1998  

Form P: Application for Suspension, Amendment or Rescission of an Order for the attachment of Emoluments in terms of Section 30 of the Maintenance Act, 1998  somthetho wezondlo)

Form Q: Complaint of Failure to Comply with a Maintenance Order for purposes of Section 31 of the Maintenance Act, 1998  somthetho wezondlo)







Imininingwane yokuxhumana 



