
Isicelo sokwamukelwa kwemisebenzi emaqondana nokubuyekezwa kanye nokuhlelwa ngendlela ehlukile kwama-gene ezinto eziphilayo eNingizimu Afrika
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Umnyango wezoLimo uphethe inqubo yomthetho we-Genetically Modified Organisms Act, 1997 . Lokhuku bandakanya ukukhishwa kwezimvume, izigunyaziso kanye nezitifikedi zokulandelayo:

importation of genetically modified organisms  into South Africa
exportation of GMOs from South Africa
contained use of GMOs within a laboratory, growth room or greenhouse
intentional introduction of a GMO into the environment of South Africa where a trial release is conducted
ukuqhubeka noma ukunwetshwa kwemisebenzi yezigunyaziso zesikhathi esedlule
commodity clearance  of GMOs
general release for commercial planting and use of GMOs
registration of facilities that are involved in activities with GMOs
izimo zemiphongolo yama-GMO.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Bheka ukuthi ngabe yiyiphi inhlobo yesigunyaziso osidingayo ebese ugcwalisa ifomu elifanele.
Qaphela izinto ezidingeka kuqala kwizicelo ezithile:

izicelo zokukhishwa okunabile, kumele zihanjelwe phambili yimisebenzi ngaphansi kwesimo semvelo saseNingizimu Afrika kwisikhathi samasizini okutshala amathathu
izicelo zokuqhubeka ngaphansi komsebenzi othile, ziyovunyelwa kuphela uma lowo msebenzi wawugunyaziwe ngesikhathi esedlule.

Fakela isicelo nenani elibekiwe lamakhophi ku-registrar of GMOs .
Fakela enye ikhophi yesicelo, ehambisana nolwazi lwebhizinisi olungelona olwemfihlo ku-registrar of GMOs .
Khokhela imali ebekiwe okumele ikhokhelwe .
Fakela umbiko wemisebenzi yesikhathi esedlule .
Fakela ubufakazi benothisi kawonkewonke .
Abenzi bezicelo kumele balandela imikhombandlela elandeayo:

guideline document for work with genetically modified organisms
guideline document for use by the Advisory Committee when considering proposals/applications for activities with genetically modified organisms 
terms of reference for sub-committees to assist the Advisory Committee in terms of Section 11 of the Genetically Modified Organisms Act, 1997 
guideline document for making a public notification in terms of Regulation 6 of the GMO Act
GMO transit policy.


Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Genetically Modified Organisms Act, 1997  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Umbhalisi  ubheka ukuthi ngabe isicelo silandela umthetho we-Genetically Mofidied Organisms Act, 1997.
Ikomidi elelulekayo  lihlola ulwazi lwesayense  olufakelwe nesicelo ebese lenza isincomo ngokuphepha komsebenzi ohlongozwayo, lisenzele umkhandlu ophezulu .
Umbhalisi  wamukela imibono kawonkewonke  ngesikhathi esivunyelwe esifanele.
Umkhandlu ophezulu  yenza isinqumo ngesicelo, ngokubonelela isicelo, isincomo sekomidi elelulekayo , imibono kawonkewonke  kanye nomphumela ongaba khona kwimikhakha efana neyolimo, ezempilo, ezemvelo, ezemisebenzi, ezokuhweba, kanye nentuthuko yesayense netheknoloji.
Uma isinqumo somkhandlu ophezulu  sivumelana nesicelo, umbhalisi  ugunyaziwe ukukhipha imvume.
Umbhalisi ukhipha imvume efanele.
Zonke izimvume zihambisana nezimo zemikhawulo.
Izipikitela ezivela kwaboMnyango wezoLimo ziqapha ukulandelwa kwezimo zemvume.

Phezulu

Izindleko

