
Isicelo sokubhalisa indawo njengesikhungo sezolimo ukuqoqwa kwemetheriyali yejenethiki
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Indawo lapho okuqoqwa khona imetheriyali yejenethiki, ehlolwa khona eproseswa khona, epakwa khona, efakelwa khona amalebuli, ukugcinwa kanye nokuthengiswa, ingabhaliswa  njengesikhungo uma:

amafasilithi abekiwe atholakala endaweni enjalo
ama-technical operation kulezo zindawo, okuwunakekelo lwezilwane ezinakekela lapho, kanye nokuqoqwa, ukuhlolwa, ukuproseswa, ukupakwa, ukufakelwa amalebuli kanye nokugcinwa kwemetheriyali yejenethiki, zilawulwa nokuphathwa ngumuntu olandela izidingo ezibekiwe
indawo ilandela ezinye izidingo ezingabekwa.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Khipha ifomu kwi-website, ebese uligcwalisa ngamathathu. Leli fomu lingacelwa naku-Registrar of Animal Improvement .
Izicelo ezingagcwalisiwe ngokuphelele, zizobuyiselwa kumenzi wesicelo kanti ngeke samukela emahlombe ethu ukuphazamiseka okungabakhona.
Fakela amadokhumende alandelayo kwisicelo sakho:

amakhophi amabili eplani ayo yonke indawo okukhulunywa ngayo, kanye namaplani anemininingwane aphansi
imali yesicelo ebekiwe ithunyelwa ngesheke endaweni elandelayo: Director-General: Agriculture.



Imali okumele ikhokhelwe, ingafakelwa ngokuqonde ngqo kwi-akhawunti yebhangi elandelayo:
Standard Bank
Branch: Arcadia
Account no : 011219556
Branch code: 000845/010845
Fakela isicelo ku:
The Registrar of Animal Improvement
Private Bag X138
Pretoria
0001

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Animal Improvement Act, 1998  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Akukho sikhathi esibekiwe sale nkonzo, ngoba kwezinye izimo, lokhu kuqala ngokwamukelwa kwamaplani ngaphambi kokuba kwakhiwe amabhilidi.

Phezulu

Izindleko

R3 833

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Application for registration of premises as a centre 

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


