

Isicelo sokushintsha izibongo zabancane ngokweminyaka emthethweni

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Umzali angenza isicelo sokushintsha isibongo sengane esencane ngokumthetho uma:

ingane yazalwa ngaphandle komendo kanti umama useganeni nomunye umuntu ongeyona ubaba wengane ngokuzala
umshado nobaba wengane usuhlakazwe ngedivosi noma ngokushona kanti umama wengane esashada futhi
njengomfelokazi, noma odivosile, umama wengane efuna ukubuyela ayosebenzisa isibongo sakubo noma isibongo ayagane kuso kuqala
ukuzalwa kwengane eyayizalelwe ngaphandle komshado isibhalise isibongo sikababa wayo ngokwemvelo.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-193 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa  noma imission uma ungaphandle kwezwe.
Ekhipha imvume ebhaliwe evela kumyeni leyo ngane esithatha isibongo sakhe.
Imvume ebhaliwe evela kubo bobabili abazali iyadingeka kanye nezizathu ezenele ngokubhala, ngesizathu sokushintsha .
Imvume kababa wengane ngokuzala iyadingeka, ngaphandle kokuba lokhu kugudlulelwe eceleni yinkantolo.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Identification Act, 1997  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Izicelo zingathatha amaviki ayisithupha  ukuya kwangu-6.

Phezulu

Izindleko

R58

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Change of surname of a minor, BI-193

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


