
Isicelo sokuthola enye ipasipoti esikhundleni sepasipoti elahlekile noma eyebiwe 
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Onepasipati kodwa ipasipoti yakhe elahlekile noma entshontshiwe  angenza isicelo sokuthola enye entsha.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Izidingo zokuthola enye ipasipoti ethatha isikhundla selahlekile noma eyebiwe :

khipha umazisi  noma isitifikedi sokuzalwa esifingqiwe ukuze ukwazi ukwenza isicelo
gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-73 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa  noma imission uma ungaphandle kwezwe
yenza ukuthi kuthathwe izigxivizo zeminwe yakho ukuze irekhodwe  kuhla lwabantu ezweni 
fakela nezithombe ezimbili zosayizi wepasipoti.

Izidingo zokuthola enye ipasipoti yengane esikhundleni selahlekile noma eyebiwe:

gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-73 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa  noma imission uma ungaphandle kwezwe
abazali noma abanakekeli abasemthethweni kumele bakhiphe ikhophi yesitifikedi sokuzalwa esifingqiwe sengane kanye namadokhumende abo okuthi bangobani
fakela nezithombe ezimbili zengane zosayizi wepasipoti
akukho zigxivizo zeminwe ezidingekayo enganeni engaphansi kweminyaka engu-16.


Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



South African Passports and Travel Documents Act, 1994  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Izicelo zingathatha isikhathi sokufinyelela kumaviki ayisithupha .

Phezulu

Izindleko

Lost or stolen maxi passport : R704
Lost or stolen tourist passport : R352
Lost or stolen child passport : R266

Double the current tariff for the document concerned: Provided that where the document had been lost/stolen/ damaged through no negligence on the part of the holder, only the normal fee will be payable.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Application for a passport or travel document, BI-73

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


