﻿

Isicelo semvume yokuhlala unomphela – kwisikimu sokuhlanganisa umndeni

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Le nkonzo  isebenza kulowo ozoba nemvume yokuhlala unomphela ofisa ukwenza isicelo semvume yokuhlala unomphela ngenxa yokuba yilunga lomndeni sesakhamuzi saseNingizimu Afrika noma lowo onelungelo lokuhlala unomphela njengenyathelo lokuqala lobudlelwane. Ngenhloso yokuthola ilungalo lokuhala unomphela, amalunga omndeni njengenyathelo lokuqala lobudelwane bachazwa njengalabo bobuhlobo begazi noma izingane ezinikezelwe ngokomthetho yinkantolo ukunakekelwa  noma abazali ozothathele ngokomthetho ukubanakekela noma abazali ngokushonelwa noma ngokwehlukana kwabazali .

Izicelo zingenziwa ehhovisi laboMnyango wezaseKhaya  noma kwinxusa laseNingizimu Afrika noma i-mission uma kwenziwa isicelo ngaphandle.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Gcwalisa ifomu lesicelo, i-BI-947 no-BI-29.
Isakhamuzi saseNingizimu Afrika noma umhlali unomphela kumele afakele isibopho sokuzimisela maqondana nezimali, ezokwelaphisa kanye nokunakekela umenzi wesicelo. Kodwa lapho isihlobo kungumzali wengane esencane ngeminyaka, asikho isidingo sokwenza isibopho sokuzimisela.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Immigration Act, 2002 , as amended 

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Asikho isikhathi esibekiwe sale sevisi.

Phezulu

Izindleko

R1 520

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Application for permanent residence permit , BI-947 

Power of attorney in respect of an application/extension of  immigration permit or temporary residence, BI-29  maqondana nesicelo kwimvume yokuhlala isikhashana noma yokuhlala unomphela)


Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


