﻿
Isicelo sokuba yisakhamuzi sezizwe ezimbili
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Isakhamuzi saseNingizimu Afrika esifuna ukuba nesimo sokuba yisakhamuzi sakwelinye izwe kumele senze isicelo kwaboMnyango wezaseKhaya ukuze sikwazi ukuqhubeka nokuba yisakhamuzi saseNingizimu Afrika kodwa sibe sithola isimo sokuba yisakhamuzi sakwelinye izwe. Ukuba nesimo sokuba yisakhamuzi samazwe amabili kusho ukuthi umuntu othathwa njengasakhamuzi sawo womabili amazwe.

Isimo sokuba yasakhamuzi samazwe amabili sinikezwa abantu abangaphezu kweminyaka engu-21.

Yenza isicelo kwinxusa  noma imission uma ungaphandle kwezwe.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-1664 kanye ne-BI-529 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika.
Khipha umazisi  esebenzayo.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



South African Police Act, 1995  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Kungathatha amaviki ayisithupha  ukufinyelela kumaviki ayisishagalombili .

Phezulu

Izindleko

R115

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



, BI-1664
Determination of status form, BI-529 

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


