
Isicelo sedokhumende ngenhloso yokuhamba 
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Idokhumende ngenhloso yokuhamba  ikhishwa kubenzi bezicelo abakwisimo sokuhlala unomphela kodwa abangakwazi ukuthola ipasipoti ezweni abavela kulo, noma abangenalizwe  noma abangababaleki abadinga isiphephelo.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-73 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika. Yenza isicelo kwinxusa  noma imission uma ungaphandle kwezwe.
Khipha ubufakazi bokuthi ungumhlali wanomphela lapho wenza izicelo.
Akuthathwe izigxivizo zeminwe yakho ukuze irekhodwe kuhla lwabantu bezwe  .
Fakela nezithombe ezimbili zosayizi wepasipoti.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



South African Passports and Travel Documents Act, 1994  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Le nkonzo  ingathatha ukufinyelela kumaviki angu-6.

Phezulu

Izindleko

R128

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



BI-73

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


