﻿
Isicelo sesinqumo ngokuba yisakhamuzi saseNingizimu Afrika
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Le nkonzo  inquma ukuthi ngabe umenzi wesicelo uyisakhamuzi saseNingizimu Afrika ngempela ngaphambi kokuba anikezwe idokhumende kamazisi . Isebenza kubantu ababayizakhamuzi saseNingizimu Afrika kuqala ngaphambik okuba bahambe ezweni nakhona bafisa ukuvuselela izimo zabo zokuba yizakhamuzi. Izicelo zingenziwa ehhovisi laboMnyango wezaseKhaya  noma kwinxusa laseNingizimu Afrika noma i-mission uma kwenziwa isicelo ngaphandle.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Gcwalisa ifomu le-BI-529.
Gcwalisa incwadi esihloko sithi: 'To whom it may concern' 
Gcwalisa ifomu lesicelo elingu: BI-1664 ukugwema ukulahlekelwa yilungelo lakho lokuba yisakhamuzi saseNingizimu Afrika.
Imininingwane yomenzi wesicelo ihlolwa kwiRejista yohla lwabantu kuzwelonke .

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



South African Police Act, 1995  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Izicelo zingathatha isikhathi sokufinyelela kumaviki ayisishagalombili  ukuya kwangu-12.

Phezulu

Izindleko

Incwadi ka: To whom: Ngu-R58
Isicelo sokufumbatha  ukuba yisakhamuzi saseNingizimu Afrika: Ngu-R128

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



, BI-529 
, BI-1664 
To whom it may concern letter 

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


