﻿
Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana kwabafundi 
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Imvume yohlelo lokushintshisana kwezitshudeni , yimvume ekhishwa kumfundi  sangaphandle kwezwe okumele sizongenela kwiprojekthi ethile noma uhlelo.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Yenza isicelo kwi-embassy noma i-mission yeNingizimu Afrika.
Fakela incwadi evela kuMnyango evela kuMnyango wezeMfundo noma kwisikhungo semfundo ephakeme eNingizimu Afrika esenza okulandelayo:

esiqinisekisa ukuthi isikhungo yisona esibhekene nokugqugquzela noma ukuhambisa uhlelo
esichaza imisebenzi kanye nobude besikhathi sohlelo
esiqinisekisa ukuthi isikhungo sizobhekana nakho konke okuqondene nalowo mfundi  ngesikhathi siseRiphabhliki nokuthi isitshudeni samukelwe ukuze sibhaliswe .

Fakela incwadi evela evela kwinhlangano yezwe langaphandle ezokwenza okulandelayo:

ezoqinisa imininingwane yomfundi, ebandakanya ubhaliso  yesitshudeni kanye nesikhungo sezemfundo ephakeme ngaphandle
esiqinisa usuku okuyosungulwa ngalo uhlelo eNingizimu Afrika.


Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Immigration Act, 2002  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Isicelo singathatha izinsuku ezingu 30.

Phezulu

Izindleko

R425

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



BI-1738 

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


