Establishing (Maize) 								 IsiZulu

Ukumisa ibhizinisi lakho lokulima

 

 Instructions: 

Folio strap: Ukwandis inani 

Byline: UJane McPherson, umphathi wephrogramu leGrain SA Farmer Lokuthuthukisa Abalimi 

 

Ngesikhathi uqala ukulima kusho ukuthi usemsebenzini wamabhizinisi, ngakho-ke kufanele uhlanganise imininingwane yezinto ezichaza isimo sakho. Kuzofika isikhathi lapho wena uzodinga imali, bese uzokuya ebhange noma kwenye indawo ukuboleka imali. Lezi zindawo zidinga imininingwane eningi mayelana nesimo sakho nesimo sebhizinisi lakho. 



Ngaphansi kukhona amathebula anemininingwane yezinto ezizodingeka (kufanele futhi kubekhona ikhopi le-I.D. lakho nekhopi le-I.D. lomkakho). 



Umlando womkhiqizi 

Lokhu kubalulekile. Njalo nikeza imininingwane mayelana nalokhu: wazalwa kuphi, nini, ukhulele kuphi, kwenzeke kanjani ukuba wena uqale ukufuna ukulima. 

 

Imininingwane zakho

Isibongo
 
 
 

 
Igama lokuqala
 
 
 

 
Ama-inisheli akho
 
 
 

 
Inombolo le-I.D.
 
 
 

 
Usuku lokuzalwa
 
 
 

 
Isimo somshado
 
 
 

 
Igama lomkakho
 
 
 

 
Ikheli lakho eposini
 
 
 

 

 
 
 

 

 
 
 

 
IPhrovinsi
 
 
 

 
Ikheli lasekhaya
 
 
 

 

 
 
 

 
Inombolo yeselula
 
 
 

 
 

Izilimi ozikhulumayo

Lokhu kungasiza lapho uya ezifundweni ngoba bazokwazi ukukhuluma ulimi oluzwakalayo kuwe. 


Ulimi lwasekhaya
 
 
 

 
Ezinye izilimi
 
 
 

 

 
 
 

 

 
 
 

 

 
 
 

 
 



Indawo lapho uhlala khona

Khumbula ukuthi ukulima kudinga ukunaka kwakho njalo ngosuku nagosuku. Uma unesifiso esikhulu sokulima kufanele ubekhona epulazini lakho njalonjalo. Kushiwa ukuthi “the eye of the master fattens the beast”, (amehlo omnini akhuluphalisa izinkomo), futhi “the best fertiliser is the footprints of the producer on the land” (izinyathelo zomnini emasimini zingumanyolo emhlabathini). Ukulima kuphathelana nezinto eziphilayo, ezimilayo – zidinga ukunakwa njalonjalo. 



Uhlala epulazini lapho ulima khona?
 
 
 

 
Uma ungahlali lapho, yisho amakhilomitha 
 
 
 

 


