Ukudliwa kwamanzi									IsiZulu

Ukudliwa kwamanzi – kwenzekani lapho kuniselwa? 

 Instructions: 

Folio strap: Ukunisela 

Byline: Imininingwane ithathwe kumenyuwali ebizwa ngokuthi Ukukhiqiza Ummbila Ngokunisela (Maize Production under Irrigation) 

Izindawo ezidla amanzi nenani lalawo manzi kunikezwe nguMnyango Wezemanzi Nezihlalthi. Amasthathisithiki ngo-2000 zalokhu kuyalandela. Inani lamanzi libalwa ngamamiliyoni amamitha aphindwe kathathu (cubic metres) adliwe ngonyaka.

Izindawo ezidlayo
 
Inani lokudliwa
 
IPhesenthishi %
 

 
Umasipala nokwasemakhaya
 
3 220
 
14,4
 

 
Umsebenzi wokwakha okohwebo (industry)
 
2 043
 
9,1
 

 
Ukumayina
 
582
 
2,6
 

 
Ukuvusa amandla kagesi
 
779
 
3,5
 

 
Ukunisela
 
10 974
 
48,9
 

 
Ukunikeza izimpahla amanzi
 
316
 
1,4
 

 
Ukulondoloza okwezomvelo
 
187
 
0,8
 

 
Okwezihlathi
 
1 570
 
7,0
 

 
I-Ecology (ukuphambanisa okwezemvelo nalokhu kwamanje)
 
2 787
 
12,3
 

 
KONKE
 
22 438
 
100,0
 

 
 

Ngokubheka lokhu, kuyakhanya ukuthi ukunisela ekulimeni kudla ihhafu lamanzi angatholakalayo. Ngaphezu kwalokhu singasho ukuthi inani labantu ezweni lethu lizokwanda libe ngaphezu kwa-47 miliyoni. Lokhu kukhombisa ukuthi lesi sigaba sokulima sizoqindezelwa ukusebenzisa amanzi maqondana nomthetho, futhi ukukhiqiza ukudla kuphela. Abaziwo bathi ukusebenzisa amanzi lapha eNingizimu Afrika sekufike ekugcwaliseni – uma kusafuneka ukuthuthuka ngale ndlela kuzobiza imali eningi.



Okungenzeka ekuniseleni 

Kungaba khona amahektheli angu-1,3 miliyoni amasimu eNingizimu Afrika aniselwayo nokwamanje, kodwa kusekhona mhlawumbe amahektheli angu-233 600 akwazi ukusentshenziswa ngale ndlela. Bayacabanga ukuthi amahektheli angu-178 000 azokwazi ukusetshenziswa ngakusasa ngenxa inkinga yamanzi angasathokali, angasekho. Ukukhiqiza kommbila okufika kumathani angu-660 000 emahektheleni angu-110 000 emasimini aniselwayo kulingana ne-10% nazo zonke izitshalo ezitshalwa ngokunisela

