Assets (Maize)										IsiZulu



Impahla yonke onayo namacala emali – ungumnikazi noma uyakweleta?



Instructions: 

Folio strap: Ukwenezezela inani

Byline: UJane McPherson, umphathi wePhrogramu leGrain SA Lokuthuthukisa



Uma ungumuntu ophatha ibhizinisi noma ungumkhiqizi, kufanele ubenesitetimende esiqondile esikhombisa impahla yonke onayo namacala emali onayo. Unani futhi unesikwenetu esingakanani? 



Ukulima kuyibhizinisi futhi ukutshala kudinga imali eningi. 

Ngokwejwayelekile umlimi udinga ukuboleka okunye noma konke okudingekayo ukuqala ukutshala (imali engenisayo). 

Izindawo eziboleka imali zidinga ukuthola yonke imininingwane mayelana nebhizinisi lomlimi – zidinga ukwazi konke okuphathelene nempahla nezikwenetu. Kaningi abalimi bayesaba ukunikeza le mininingwane, kodwa izindawo zezimali ziyakwazi ukuyithola (njengokubhalwe kuMthetho Wekredithi), futhi lapho ungakhulumi iqiniso zizoyithola bese uzolahlekelwa ukukholwa kwakho futhi auzohluleka ukuthola imali ubefuna ukuyiboleka. 

Lapho ufisa ukuba umkhiqizi oqhubekayo nakusasa, kufanele uqondise zonke izikwenetu zakho – beka konke etafuleni bese uyeke labo abanolwazi mayelana nezindaba zezimali bakusize. 



IRejesta Lezimpahla neLezikwenetu



IMPAHLA

 
 

 
Umhlaba 
 

 

 

 
 
 

 
Ogandaganda nemishini
 

 

 

 

 

 
Izimfuyo
 

 

 

 

 

 
Labo abanesikwenetu kuwe ngokwamanje 
 

 

 

 

 

 
 IMPAHLA YONKE


 

 

 


IZIKWENETU

 
 

 
Izikwenetu zesikhathi eside 
 
 
 

 

 
 
 

 
Izikwenetu zesikhathi esimfushane
 
 
 

 

 
 
 

 
Ibhizinisi Lezokulima
 

 

 

 

 

 
I-akhawunti lasebhange 
 

 

 

 

 

 
ZONKE IZIKWENETU


 

 

 


