Siyabonga ngokubamba iqhaza ocwaningweni lwentsha lweBokamoso Ba Rona!

Angeke kuthathe isikhathi eside ukuqeda lolu cwaningo, futhi ngokuphendula le mibuzo ngokwethembeka uzobe ufaka isandla kuphrojekthi ebaluleke kakhulu.

Khumbula ukuthi izimpendulo zakho ngeke zaziwe; ngakho-ke angeke sazi ukuthi ungubani.

Kubaluleke kakhulu ukuthi uyifunde yonke lemibuzo ngokuqikelela bese uphendula ngokwethembeka.

Lolu cwaningo lwenzelwe abantu abaneminyaka ephakathi kweyi-12 kuya kwengama-24.


Imibuzo eqondene nesayensi lokubala abantu ngobuntu babo

Lolu lwazi lubalulekile ukuze siqonde ukuthi ingabe abantu abasha abehlukene bazizwa ngendlela efanayo yini ngezindaba ezithize, ngakho-ke sicela uyiphendule yonke imibuzo kulesi sigaba.

Ukwehlukana kweminyaka ( sicela ufake uphawu)
Iminyaka eyi-12 kuya kweyi-15


Iminyaka eyi-16 kuya kwengama-20


Iminyaka engama-21 kuya kwengama-24




Owesilisa / Owesifazane ( sicela ufake uphawu)
Owesifazane


Owesilisa







Uhlanga ( sicela ufake uphawu)
Omnyama wase-Afrika


Owohlanga oluxubile


OwaseNdiya


Owase-Asia



Omhlophe


Olunye uhlanga, luchaze







Uhlala kusiphi isifundazwe? (sicela ufake uphawu)

 
IMpumalanga Kapa

IFreyistata

EGauteng

KwaZulu-Natali

ELimpopo

EMpumalanga

Isifundazwe saseNyakatho Ntshonalanga

INyakatho Kapa

INtshonalanga Kapa






Imibuzo ngokuqukethwe


Sicela uyiphendule yonke imibuzo ekulesi sigaba socwaningo.
Lapho kukhona khona uhlu longakhetha kukho, kokezela lokho okukhethayo.

Ingabe uyaziqhenya ngokuba owaseNingizimu Afrika?

Njalo nje
Nhlobo
Ngesinye isikhathi
Anginandaba 

Eminyakeni emihlanu, ucabanga ukuthi iNingizimu Afrika izobe:

Izoba ngcono
Izohlala inje
Izobe idlulele
Anginandaba

Kulezi zindawo ezilandelayo, iziphi obhekana nezingqinamba kuzo empilweni yakho? ( zibhale kusukela kwezibaluleke kakhulu [1] kuya kwezibaluleke kancane [7])


Inombolo
Ezempilo ( Igciwane lesandulela ngculaza / ingculaza, Izidakamizwa,njl.)


Ezemfundo

Ukwentuleka kosizo emindenini kanye nasemiphakathini

Udlame ( ekhaya, esikoleni, emiphakathini)

Ubugebengu

Ukuthola umsebenzi

Okunye, sicela ukuchaze:



ENingizimu Afrika jikelele, ikuphi ocabanga ukuthi izona zindaba ezibalulekile ezibhekene nabantu abasha?
(Zibhale kusukela kwezibaluleke kakhulu [1] kuya kwezibaluleke kancane [7]


Inombolo
Ubugebengu

Ukuthola umsebenzi

Ezempilo (igciwane lesandulela ngculaza/ingculaza, izidakamizwa, njl)


Udlame ( ekhaya, esikoleni,emiphakathini)

Ukwentuleka kosizo lwemindeni kanye nemiphakathi

Ezemfundo 

Okunye, sicela ukuchaze:



Uke uzizwe sengathi ungafaka isandla ekwenzeni iNingizimu Afrika ibengcono?
 
Yebo
Cha
Angiqinisekanga
Yebo, kodwa angazi kanjani

Kungumsebenzi kabani ukwenza iNingizimu Afrika ibe indawo engcono?

Uhulumeni
Izinhlangano zemiphakathi
Yizo zonke izakhamizi zaseNingizimu Afrika
Okunye, kuchaze


Uma ungaba nenkinga enkulu, ungaya kubani ukuyofuna usizo?

Umndeni wami
Inhalngano esiza abantu ngalezo zinhlobo zezinkinga
Uthisha wami noma umeluleki  wesikole
Abangani bami
Umholi wezenkolo
Ngingabhekana nayo ngokwami


Uma umuntu omethembayo ephakamisa ukuthi uye kulezo zinhlangano ezisiza  abantu ngalezo zinkinga ungaya na?

Yebo, kunjalo
Mhlawumbe
Mhlawumbe ngeke
Angeke ngiye
Angazi


Unalo ulwazi ngenhlangano esiza abantu ngalezo zinkinga?
   
Yebo
Cha


Ngokwakho ukubona, ingabe abantu baseNingizimu Afrika bayafunda ukuzwana?

Yebo, kunjalo
Yebo, abathize
Cha, abafundi
Cha, abafundi neze
Angazi

Empilweni yakho, ingabe umbala wesikhumba iwona okutshelayo ukuthi ubani ongazwana naye?
   
Yebo, kunjalo
Yebo, ngesinye isikhathi
Cha, akunjalo
Cha, akunjalo neze


Entsheni yaseNingizimu Afrika jikelele, ingabe ucabanga ukuthi umbala wesikhumba iwona obatshelayo ukuthi ubani abangazwana naye?

Yebo, kunjalo
Yebo, abanye
Cha, akunjalo
Cha, akunjalo neze


USUQEDILE. SIYABONGA!
  




 




