









ZWAKALISA UVO LWAKHO!



IZIMBIZO ZOMPHAKATHI

IKOMIDI LESIKHASHANA LOKUNIKEZELWA KWEZIDINGO ZOMPHAKATHI

22 Februwari-21 Epreli 2010











































IZIMBIZO ZOMPHAKATHI

IKOMIDI LESIKHASHANA LOKUNIKEZELWA KWEZIDINGO ZOMPHAKATHI



INdlu yeSishayamthetho kaZwelonke isungule iKomidi Lesikhashana  ukwenza umsebenzi ohlanganyelwe wokuqapha ukunikezelwa kwezidingo zomphakathingaphansi kwesiqubulo esithi “Sisebenza ngokubambisana ukuqinisekisa ukunikezelwa kwezidingo okuseqophelweni eliphezulu emiphakathini”. Igunya laleli komidi ukuphenya  ngenqubekelaphambili mayelana nokunikezelwa kwezidingo zomphakathi kanye nokuthola ukuthi ikuphi okube yizinqinamba lapho kube khona iziteleka ukuze lethule umbiko ocacile, onezincomo ezibambekayo kanye nohlelo oluphakanyisiwe lokungenziwa ngaphambi kweSishayamthetho sikaZwelonke. 



Ngenxa yalokhu , ikomodi lizothatha uhambo lokuvakasha oluhlanganyelwe oluya  ezindawo zasekhaya kanye nezasemadolobheni lilalele imibono yomphakathi ePhalamende kanye naseZifundazweni. Ukulalelwa kwemibono  yomphakathi ePhalamende kuzoba kusukela kumhlaka 2 - 4 Februwari 2010.



Uma iKomidi selivakashele izifundazwe, lizohlola izakhiwo liphinde lihlangane namalungu emiphakathi, abasebenzi boHulumeni baseKhaya, abasebenzi beminyango yeZifundazwe kaHulumeni, amakomidi amawadi, izinhlangano zemiphakathi kanye namalungu ezinhlangano zosomabhizinisi.











































Amalungu omphakathi ayamenywa ukuzothamela izimbizo  zomphakathi ezihlelelwe ukuba  ezifundazweni ezahlukene ngalendlela elandelayo:





ISIFUNDAZWE
 
INDAWO
 
USUKU
 
ISIKHATHI
 

 
MPUMALANGA
 
eMkhondo Local Municipality

(Mkhondo Tourism Centre)
 
22 Februwari 2010
 
16h00
 

 

 
Dipaleseng Local Municipality

(Siyathemba Stadium)
 
24 Februwari 2010
 
16h00
 

 
MPUMALANGA KOLONI 
 
Buffalo City Local Municipality

(Orient Theater)
 
22 Februwari 2010
 
16h00
 

 

 
Great Kei Local Municipality

(Makazi Public School Sports Ground)
 
24 Februwari 2010
 
10h00
 

 
NTSHONALANGA KOLONI 
 
City of Cape Town

(O.R Tambo Hall)
 
22 Februwari 2010
 
16h00
 

 

 
City of Cape Town

(Dunoon Sports Ground)
 
24 Februwari 2010
 
16h00
 

 
GAUTENG
 
Nokeng tsa Taemane

(Rayton Town Hall)
 
15 Mashi 2010
 
16h00
 

 

 
Emfuleni Local Municipality

Saul Tsotetsi Sports Centre)
 
17 Mashi 2010
 
16h00
 

 
FREYISTATA
 
Kopanong Local Municipality

(Chaleb Matshabi Stadium)
 
15 Mashi 2010
 
15h00
 

 

 
Nala Local Municipality

(Open ground opposite Hlaboloha Public School)
 
17 Mashi 2010
 
16h00
 

 
NORTH WEST
 
Greater Taung Local Municipality

(Mmabana Taung Gymnasium)
 
15 Mashi 2010
 
16h00
 

 

 
Ramotshere Moilwa Local Municipality

(Lehurutshe Civic Centre)
 
17 Mashi 2010
 
13h00
 

 
LIMPOPO
 
Thulamela Local Municipality

(Malamulele Boxing Gym Hall) 
 
19 Epreli 2010
 
10h00
 

 

 

 
NYAKATHO KAPA
 
Dikgatlong Local Municipality

(Mataleng Sports Ground)
 
19 Epreli 2010
 
16h00
 

 
KWAZULU-NATALI 
 
eThekwini Metro Municipality

(eThekwini City Hall)
 
19 Epreli 2010
 
16h00
 

 

 
Msunduzi Local Municipality

(Edendale Lay Centre)
 
21 Epreli 2010
 
16h00
 

 
















Ngolwazi olwengeziwe uyacelwa uxhumane:

Izifundazwe: iMpumalanga Koloni, iFreyistata kanye neNyakatho Koloni

Zintle Ngoma

(inombolo yomsebenzi -) 021 403 3843

(inombolo yeselula -) 072 745 3843

(inombolo yesihlanzamazwi -) 086 625 7056

i-imeyili: zingoma@parliament.gov.za



Izifundazwe: iGauteng, iMpumalanga kanye neLimpopo

Shereen Cassiem

(inombolo yomsebenzi ) 021 403 3769

(inombolo yeselula ) 083 774 4019

(inombolo eyesihlanzamazwi ) 086 523 7591

i-imeyili: scassiem@parliament.gov.za



Izifundazwe: iNtshonalanga Koloni, North West kanye neK	waZulu-Natali 

Ajabulile Mtiya

(inombolo yocingo ) 021 403 3740

(inombolo yeselula ) 073 805 5928

(inombolo yesihlanzamazwi ) 086 544 0628

i-imeyili: amtiya@parliament.gov.za



Ikhiqizwe yi : YiPhalamende le Riphabhulikhi yase Ningizimu Afrika 



Ishicilelwe yi : Parliamentary Communication Services,

Ifakwe ugqozi ngabantu !

Vakashela iwebhusayithi yasePhalamende: www.parliament.gov.za

Ucingo: +2721 403 2911 isihlanzamazwi : +2721 403 3784, P.O. Box 15, Cape Town, 8000















