﻿Ifomethi: Ingxoxo yemizuzu emi-5 eqoshwe ngaphambilini  
Usuku: 11 ku-Juni 2009
Indikimba: Inyanga Yabasha

Ingabe ungathi lihlanganiswa  yini iPhalamende nabasha?
Njengomuntu omusha waseNingizimu Afrika noyiLungu LePhalamende, kuzoba iliphi iqhaza ozolibamba ePhalamende ukuthuthukisa izimpilo zabantu eNingizimu Afrika?
Uthini umyalezo wakho entsheni yaseNingizimu Afrika?


ISIKHANGISO
Ingabe ufisa ukwazi kabanzi ukuthi iPhalamende linamthelela muni empilweni yakho kanti futhi ufisa nokwazisa iPhalamende ukuthi yikuphi ngempela wena okukhathalelayo? Lalela (isiteshi somsakazo) (nsukuzonke) ngalesi (sikhathi). 

