﻿

Indlela yokusesha abakhokhela intela ye-VAT

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Ukusesha abakhokhela iVAT kutholakala kwi-website nge-inthanethi ngamakhompyutha, kungasetshenziswa abamabhizinisi, amalunga omphakathi, abavakashi kanye neminyango kahulumeni.

Isicelo singasetshenziswa ukwenza isiqiniseko sokuthi ngabe abantu abanikeza ngezimpahla noma izinkonzo  babhalisile yini ne-VAT ukukhuthaza ukuthi abantu babike labo abangakhokheli intela..

Amabhizinisi anebhizinisi elingenisa imali engaphansi kuka-R300 000 asikho isidingo sokuthi abhalisele iVAT. Onke amabhizinisi akhokhisa  imali ye-VAT kumele abhalisele iVAT kanti futhi akhokhe le-VAT kwaboPhiko lwezimali Ezingenayo eNingizimu Afrika i-South African Revenue Service .

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Funa abathengisi beVAT ku-inthanethi ngokusebenzisa:

igama lebhizinisi elikhokha iVAT
inombolo ye-VAT

Igama kumele kube yilelo ngqo ibhizinisi elikhokha iVAT elibhalise ngalo.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Value-added Tax Act, 1991  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Le nkonzo itholakala ngaso leso sikhathi kwi-website yoPhiki lwezimali Ezingenayo eNingizimu Afrika iSARS.

Phezulu

Izindleko

Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Funa ku-inthanethi .

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana




