﻿
Ukufaka isicelo sokwahlukaniswa okusipesheli mayelana nemali yelayisensi noma ukukhululwa ukuthi ungabhalisi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Ukwehlukaniswa okusipesheli kwezimot kuyanikezwa izinhlobo ezithile zezimoto ezenza umsebenzi othile ezingavamile ukusebenzisa imigwaqo yomphakathi.

Imoto edonswa ngenye noma ugandaganda ziyakhululwa ukuthi zingakhokhi imali yelayisensi uma umnikazi wemoto engumlimi kanti nemot isetshenziselwa ukulima. Loku kuvunyelwe futhi uma imoto yakhiwe kabusha ukuthi ibe ngeyomjaho, noma umboniso.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Gcwalisa ifomu EFL 1 ehhovisi labaphethe izimoto ezihamba emgwaqweni.
Woza nalamaphepha alandelayo:

incwadi yomazisi yakho
isitifiketi sokubhaliswa semoto
incwadi yemvume evela e South African Berau of Standards
isitifiketi sokuthi leyomoto ilungele ukuhamba emgwaqweni.


Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



National Road Traffic Act, 1996  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Ukwehlukaniswa noma ukukhululwa ukuthi imoto ingabhaliswa kuthatha amaviki ayisithupha.

Phezulu

Izindleko

