﻿
Ukufaka isicelo sesitifiketi sokuthi imoto ihambe emgwaqweni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Zonke izimoto ezisebenzisa imigwaqo yomphakathi kumele zihlolwe ukuthi ukuze kuqinisekiswe ukuthi zilungele ukuhamba emgwaqweni. Kungumsebenzi womnikazi wemoto ukuthi amikise imoto yakhe iyohlolwa. Ukuhlolwa kwemoto kungenziwa esenta kahulumeni noma esenta ezimele.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Thintana nesenta labaphethe izimoto.
Yiza nalamaphepha alandelayo:


isitifiketi sokubhaliswa semoto
incwadi yomazisi yakho.



Khokha imali enqunyiwe.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



National Road Traffic Act, 1996  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Isicelo sakho sisetshenzwa ngalolosuku.

Phezulu

Izindleko

