

Ukukhokhela intela yengeniso lezimali ezitshaliwe, ingeniso lamalungelo empahla, ingeniso eliyisabelo esivela kulungelo lobunikazi bezinto ezithile ezenziwa kudala ezifana nokubhala amabhuku nokunye 

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Amafomu okukhokhela intela kumele agcwaliswe futhi abuyiselwe uma:

kutholakala inzalo noma ukunqwabelelana  kwemali yenzalo noma yempahla nesabelo senzalo kumasheya  ama-Trust empahla
uma kutholakala noma ukunqwabelelana isabelo senzalo yamasheya empahla noma imali etshalwe kumazwe angaphandle
uma kutholakala noma kunqwabelelane inzalo yamashaye angaphakathi kwezwe
kutholakala inani lilonke lerente ekhokhwe ngabaqashi noma eqoqwe ngama-agent asebenzela omunye umuntu maqondana nempahla echaziwe
kunemali ekhokhelwe ilungelo lokusebenzisa impahla
kunengeniso eliyisabelo esivela kulungelo lobunikazi bezinto ezithile ezenziwa kudala ezifana nokubhala amabhuku nokunye  noma kunezimali ezikhokhelwa ukusetshenziswa kwelungelo lobuqambi bezinto ezintsha , idizayini, ilungelo lobunikazi bamagama, uphawu, ubuqambi , ilungelo elisemthethweni lobuqambi bemibhalo noma ulwazi , noma lokudlulisa ulwazi oluhambisana nokusetshenziswa kwelungelo lobuqambi bezinto ezithile ezenziwa olwazi lwentela ngokunabile.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Gcwalisa amafomu e-IT 3: Ukugcwalisa amafomu olwazi lwentela ngokunabile kanye nekhophi yokuqala ye-IT 3.
Hambisa la mafomu entela kwihhovisi labe-SARS eliseduzane nawe.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Income Tax Act, 1962  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Asikho isikhathi esinqunyiwe esibekiwe.

Phezulu

Izindleko

Le nkonzo itholakala mahhala ayikhokhelwa.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Return of general information, IT 3 
Return of income from investments, property, rights and royalties, IT3  yilawo)

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


