
Isicelo sokubhalisa  futhi kwidistriki yakho entsha yokuvota
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Abavoti ababhalisile  abathuthuke kumele baphinde babhalise  futhi kwidistriki yabo entsha yokuvota. Lokhu kwenza ukuthi ukwazi ukuvota kwidistriki yokuvota lapho ohlala khona. Ungabhalisa futhi kwabamahhovisi ekhomishana ezimele yovoto i-Independent Electoral Commission  noma ngezikhathi zamathuba okubhalisa njengoba aziswa yi-IEC.



Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Xhumana nenombolo engakhokhelwa ye-IEC ethi: 0800 11 8000 ubanikeze ikheli lakho elisha lalapho ohlala khona.
Abe-IEC izokutshela ihhovisi okuyilona lokubhalisa kulo.
Khombisa umazisi wakho  ene-bar code ehhovisi lokubhalisa.
Gcwalisa ifomu lesicelo onikezwa lona ehhovisi lokubhalisa.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Electoral Commission Act, 1996  
Constitution of the Republic of South Africa, 1996 
Electoral Act, 1998  
Local Government: Municipal Structures Act, 1998  Uhulumeni wasekhaya : Uthetho wezakhiwo nezinhlelo zomasipala ka 1998
Local Government: Municipal Demarcation Act, 1998  (Uhulumeni wasekhaya:Umthetho wokwahlukanisa imincele yomasipala ka 1998
Local Government: Municipal Electoral Act, 2000  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Uzobhaliswa masishane.

Phezulu

Izindleko

Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Amafomu atholakala ehhovisi lokubhalisa .

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


