﻿

Isicelo somyalelo wokudonswa kwentela – kwimpesheni nakuma-provident fund 

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Isicelo kumele siqondiswe kwabophiko lwezimali Ezingenayo eNingizimu Afrika i   lapho umuntu ehoxa, eshiya phansi, surplus apportionment payment, ekukhokhelweni njengoba kubekiwe kumthetho wentela yengeniso we-Income Tax Act, 1962, noma lapho edlulisela ama-benefit akhe obulunga ukusuka kwenye impesheni noma I-provident fund ukuya kwenye, noma lapho isikhwama sempesheni noma se-provident fund sivalwa.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Thola iFomu B kwi-webiste ebese uligcwalisa ulifakele ngaphambi kokuba kukhokhelwe isamba semali kwilunga le-fund.
Nikeza ngenombolo ye-ID/kamazisi noma amanye amadokhumende  yelunga. Kubonelelwa kakhulu ukusetshenziswa kwenombolo ye-ID.
Nikeza ngekheli lendawo kanye nekheli leposi lelunga.
Bala ukuthi yini umholo welunga ngonyaka futhi lokhu ukwenza ngendlela eqonde ngqo ngendlela okungakhonakala ngayo. Ngeke kwabangaphansi kwesilinganiso somholo welunga (lapho kubandakanywa nama-alawensi kanye namanye ama-benefit ezibonelelo kulo nyaka kanye nonyaka odlule.
Noma yisiphi i-stop order esikhishwe ngabakwa-SARS kumele silandelwe.

Indlela engcono yokugcwalisa amafomu omyalelo wentela, ukuwenza ngokusebenzisa i-inthanethi kwi-website kwi-eFiling. Isicelo sakho somyalelo wentela ngale nkonzo sivamise ukwamukelwa kumahora angu-48.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Income Tax Act, 1962  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Isicelo somyalelo wentela owenziwa kwi-inthanethi uvamise ukwamukelwa kumahora angu-48.

Phezulu

Izindleko

Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Gcwalisa uthumela ifomu lakho online. Noma-ke downloda ugcwalise ifomu Request for a Tax Deduction Directive, Form B .

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


