
Isicelo sesishwankathelo  yokuqubuka kwezifo zemfuyo ezibikiwe eNingizimu Afrika
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Noma ngubani angathola isamari  sokuqubuka kwezifo zemfuyo ezibikiwe eNingizimu Afrika kwi-website ye Department of Agriculture.

Inyanga nenyanga, abanakekeli bempilo yezilwane kuyo yonke iNingizimu Afrika baletha imibiko ngezifo zezilwane kubaqondisi bezifunda bempilo yezilwane be-provincial Directors of Veterinary Services. Le mibiko iyahlolwa ebese ithunyelwa kumnyango kazwelonke wempilo yezilwane ePitoli , lapho khona le mibiko efakelwa kuhla lolwazi olugciniwe idatabase. Imibiko yenyanga itholakala kwi-website e: Monthly animal disease reports, ebhalwa ngokusebenzisa lolu lwazi. Le mibiko ithunyelwa kuzwelonke kanye nakumkhakha wamazwe omhlaba kulabo abathintekayo kanye nezinhlangano.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Lolu lwazi lungatholakaka kwi-website of the Department of Agriculture. Yenza isicelo usiqondise ku-Senior Manager: Animal Health uma ufuna ukubandakanywa kulolu luhla.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Animal Diseases Act, 1984  with amendments  with amendments
Animal Health Act, 2002  



Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Lolu lwazi luvele lutholakale ngaso leso sikhathi kwi-website .

Phezulu

Izindleko

Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Akukho fomu eligcwaliswayo.

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


