﻿
Isicelo semvuselelo noma sokukhansela ubhaliso  lokudla kwemfuyo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Konke ukudla kwemfuyo okubuya ngaphandle, okwenziwa noma okukhiqizwa noma okuthengiswa eNingizimu Afrika kumele kubhaliswe  ngaphansi komthetho we-Registrar of Act 36 of 1947.

Ukuvuselelwa kobhaliso  kuzonikezwa, kodwa ngesikhathi sobhaliso noma imvuselelo yobhaliso:

ukudidiyelwa  kokudla kwemfuyo okukhulunywa ngakho, ngeke kwahluka kudidiyelo olubhalisiwe
imininingwane kanye namagama amukelwe kwilebuli noma kumphongolo ngeke kwaguqulwa ngaphandle kwemvume ebhaliwe ka-Registrar
imibandela ebekiwe ngesikhathi sobhaliso kumele ilandelwe
ubhaliso okukhulunywa ngalo ngeke lwadluliselwa kwabanye
osayizi bezikhwama noma bemiphongolo ngeke bashintshwa ngaphandle kwemvume ebhaliwe ebuya ku-Registrar.

Ihhovisi lika-Registrar njalo ngonyaka lithumela izincwadi ngokuvuselelwa kobhaliso kulabo ababhalisile kanye namafomu ezicelo.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Imvuselelo:


gcwalisa isicelo kwi-fomu A, ugcwalise amathathu futhi ubhale ngokuprinta (ngamaletha amakhulu kuphela
fakela isicelo ku-Registrar of Act 36 of 1947
imvuselelo yenziwa phakathi komhlaka 1-Julayi ukuya kumhlaka 30 Septemba njalo.



Ukukhansela:

gcwalisa ifomu B ngamathathu uprinte ngokusebenzisa amaletha amakhulu kuphela
fakela isitifikedi sokuqala sobhaliso .



Imininingwane yomenzi wesicelo:

ifomu C kumele ligcwaliswe futhi lilethwe lihambisana nefomu A.


Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Fertilizers, Farm Feeds, Agricultural Remedies and Stock Remedies Act, 1947  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Imvuselelo yenziwa lapho kwamukelwe imali.

Phezulu

Izindleko

Depends on type farm feed: 

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Application for renewal of registration of farm feed: Form A 
Cancellation: Form B 
Details of applicant: Form C 

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


