﻿
Isicelo sokuvunyelwa nobhaliso lwefasilithi yempilo yezilwane ezithunyelwa kwamanye amazwe
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Izilwana kanye nemikhiqizo  ezilwane angathunyewa ngaphandle kuphela uma zivela  endaweni ukuphathwa kwayo okuhambelana namazinga abekiwe amazwe omhlaba, noma lapho imithetho yezwe elithumelayo ehambelanayo nalawo mazwe okuthunyelwa kuwo. Le ndawo ingaba ngeyokuhlabela nokuhlinzela izilwane emukelwe, indawo yesikhungo sokufakelwa kwezilwane amaqanda enzalo , isikhungo esiqoqayo , ipulazi, i-feedlot, ifektri yokuprosesa ukudla, indawo egina ukudla, nokunye.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Xhumana nomnakekeli wempilo yezilwane kahulumeni kusifundazwe  oseduzane nawe ukwenza isicelo sokuhlola ngenhloso yokuthumela ngaphandle.
Umnakekeli wempilo yezilwane kahulumeni kusifundazwe  uzohlola ifasilithi .
Umbiko wokuhlola uthunyelwa kuMnyango wezoLimo ukuze wamukelwe kanye nesizathu nesincomo sokugcina se-PSV .
Uma isicelo samukelwa, ifasilithi iyabhaliswa kanti ebese kukhishwa isitifikedi sobhaliso sokuthunyelwa kwezilwana ngaphandle.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Meat Safety Act, 2000  
Animal Diseases Act, 1984  with amendments  with amendments
Abattoir Hygiene Act, 1992  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Isikhathi esithathwayo ekuphethweni kwesicelo kuyahluka kusifundazwe ngesifundazwe .

Phezulu

Izindleko

Lokhu kuncike kwisifundazwe .

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Xhumana nomnakekeli wempilo yezilwane kahulumeni kusifundazwe  oseduzane nawe noma uMnyango wezoLimo.

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


