﻿
Ukufaka isicelo sokubhalisa isenta yokuvivinya abafuna ilayisensi yokushayela
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Isicelo sokubhalisa isenta yokuvivinya abafuna ilayisensi yokushayela kumele ibhalwe kwifomu elibekiwe. Kuzodingeka ukuthi usho ukuthi lomsebenzi wokuvivinya abanye uzowenziwa ngubani, nokuthi ngobani abazomela abaphathi bendawo

Ilungu lesigungu sekhansela  sezokuthutha zesifundazwe lapho isicelo senziwa khona, uzothumela abahloli bayohlola indawo besebakhipha isincomo sokuthi indawo ingabekwe kwesiphi isigaba.

Uma Ilungu lesigungu sekhansela  leneliswa ngumphumela wenhlolo umele ukuthi ayinikeze isigaba lesenta, ayibhale ebhukwini lamasenta avivinyela abantu ukushayela abesenikeza ofake isicelo isitifiketi sokubhaliswa.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Thintana negatsha labezokuthutha.
Thumela lamaphepha alandelayo:


omazisi babomenijeni besenta kanye nalabo abazabe benza umsebenzi wokuvivinya
isitifiketi sokubhaliswa kwebhizinisi.


Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



National Road Traffic Act, 1996  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Kungathatha amaviki ayisithupha ukubhalisa isenta.

Phezulu

Izindleko

