﻿
Ukufaka isicelo socwecwe lwezinombholo zemoto ezibiza wena uqobo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Abantu nje kanye nezinhlangano bangasifaka isicelo senombholo yokubhaliswa kwemoto ezibiza bona uqobo uma befuna ukusebenzisa amagama abo noma amagama ezinhlangano ukuthi zibe yinombholo yokubhaliswa kwemoto inombholo ebiza wena uqobo iboniswa njengezinombholo ezejwayelekile. Inombholo iba ngeyomuntu ogama lakhe libhalisiwe.

Ucwecwe lwenombholo eb iza umuntu kumele ilandele izidingo zokubhalisa okwejwayelekile .

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Thintana nehhovisi eliphethe izimoto ezihamba emgwaqweni eliseduze nawe.
Gqwalisa ifomu lokufaka isicelo.
Thumela ikhophi yomazisi wakho enesitembu samaphoyisa kanya nenombholo yokubhaliswa yemoto.
Khokha imali enqunyiwe.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



National Road Traffic Act, 1996  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Isicelo sakho sisetshenzwa ngalolosuku.

Phezulu

Izindleko

