﻿

Isicelo sokubhalisa inkampani kawonkewonke 

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Inkampani kawonkewonke  yi-corporation enobunikazi bukawonkewonke, nakhona inabanezabelo  okungenani abayisikhombisa. Igama elithi "Limited" lizofakelwa ekugcineni kwegama lenkampani. Ubhaliso  yenkampani kawonkewonke kubandakanya okulandelayo:

Amasheya anikezwa  uwonkewonke.
Ngisho noma kungenamkhawulo ngobuningi balabo abanamasheya, kumele okungenani ubuncane kube nabayisikhombisa.
Akukho mkhawulo ngokudluliselwa kwamasheya.
Igama elithi "Limited" lizofakelwa ekugcineni kwegama lenkampani.
Inkampani kumele inikezele ngolwazi oluthile kuwonkewonke.
Inhlobo yebhizinisi kuvamise ukuthi kube ngesebenza kakhulu ngemali .
Okungenani ubuncane kumele kube no-director ababili.

Ukuze uthole ulwazi olunabile, bheka kwi-website ethi: Companies and Intellectual Property Registration Office.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Xhumanani nabe-Department of Trade and Industry 
Tholani amafomu esicelo afanele kwaboMnyango.
Londolozani igama lenkampani ngokugcwalisa ifomu CM5
Gcwalisani amadokhumende asekelayo alandelayo:

Ngu-CM22 
Power of Attorney – Notification to act on behalf of promoters  – ukufakela inothisi ukuze asebenze egameni labaqhuba umsebenzi).
CM29 – Return containing particulars of directors, iHhovisir 
CM31 – Consent to act as auditor .
CM46 – Application for certificate to commence business 
CM47 –  – Statement by directors regarding adequacy or inadequacy of share capital )

Gcwalisani i-memorandum and articles of association.
Khokhelani imali yesicelo ebekiwe.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo

Companies Act, 1973  


Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Ubhaliso  ingathatha okungenani izinsuku ezinhlanu .


Phezulu

Izindleko

R350 – Memorandum and Articles 
R60 – Certificate to commence business 
R50 – Name reservation 
R5 – per every 1 000 shares issued  

Iyonke – Ngu-R465

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Amafomu atholakala nge PDF. Ukuvula amadokhumende e-PDF udinga uhlelo lwe-Adobe Acrobat Reader 4, noma yezinga eliphezulu kwikhompyutha yakho. Luzokwenza ukuthi ukwazi ukuvula amadokhumende ngokuqonde ngqo kwi-browser yakho .


Authorisation of situation of registered and postal address  CM22 
Power of Attorney – Notification to act on behalf of promoters  – ukufakela inothisi ukuze asebenze egameni labaqhuba umsebenzi).
Return containing particulars of directors, officer - CM29 
Consent to act as Auditor - CM31 
Application for certificate to commence business and pay a deposit of R60 into the client's customer code - CM46 
Statement by directors regarding adequacy or inadequacy of share capital - CM47 
Application for reservation of name -CM5 



Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


