

Isicelo sokwenza i-aphili ngokwalelwa ubhaliso 

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Uma ikomidi le-South African Council for Natural Scientific Professions  linqabela ukubhalisa noma likhansela ubhaliso, ungenza i-aphili kuMkhandlu  ngaleso sinqumo sokwalelwa ezinsukwini ezingu-30, kodwa ngokukhokha imali ebekiwe okumele ikhokhelwe.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Xhumana ne-SACNASP ezinsukwini ezingu-30 ukusukela ngosuku owalelwa ngalo, uzokwelulekwa ukuthi kumele wenze ini.
Kantike, noma ungafakela incwadi ye-aphili kuMkhandlu  kungakapheli izinsuku ezingu-30.
Incwadi kumele ihambisane nemali okumele ikhokhelwe ezobekwa wuMkhandlu.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



Academy of Science of South Africa Act, 2001  
Natural Scientific Professions Act, 2003 

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Kungakapheli izinsuku ezingu-60 zokwemukela i-aphili yakho, uMkhandlu  izokwenza isinqumo nge-aphili yakho kanye nokukunikeza izizathu zesinqumo.
Uma i-aphili yakho iqondene nokwalwa kwekomidi ukuvuselela ubhaliso  yakho njengomuntu obhalisile, ubhaliso lwakho ngeke lwakhanselwa kuze kube sekwenziwe isinqumo nge-aphili.

Phezulu

Izindleko

Registration fees including Vat:

Professional Natural Scientist: R665 per field of practice
Candidate Natural Scientist: R365 per field of practice
Certificate Natural Scientist: R430 per field of practice
Upgrading of registration status: R665 per field of practice

Annual fees:

Professional Natural Scientist: R600 per field of practice
Candidate Natural Scientist: R240 per field of practice
Certificate Natural Scientist: R385 per field of practice
Pensioner : R130

Ukufakela imali ngendlela ye-elektroniki kanye nokufakela imali ngokuqonde ngqo: Sicela usebenzise onobumba bokuqala bamagama  kanye nesibongo ukuze kwaziwe imali ekhokhwayo ibuya kubani kwisitatimende sebhangi lethu ebese uthumela ubufakazi bokukhokha ngefekisi, kanye nekhasi lockuqala lefomu yesicelo kwinombolo ethi:  841 1057.

Imininingwane yeBhangi:
Owamukelayo : SACNASP
Nedbank
Branch: Silverton
Branch code: 164445
Account no : 1644292289

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe



Application for professional registration

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


