﻿

Ukubika ubugebengu ngaphandle kokuzidalula igama

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

Le nkonzo  ithokalala amahora angu-24 ngosuku kunoma ngubani umuntu ofuna ukubika ngociko ubugebengu noma isenzo sobugebengu ngokunikeza ulwazi olungasiza amaphoyisa ekuvimbeleni noma ekuphenyisiseni ngalobo bugebengu. Umshayeli angakhetha ukuthi angazidaluli igama lakhe.

Khumbula ukuthi ungakashayela kule nombolo yolwazi lobugebengu  ethi: 08600 10111
Inombolo ephuthumayo yobugebengu i-Crime Emergencies ngu: 10111.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Shayela kwi-Crime Stop amahora angu-24 lonke usuku, kwinombolo ethi: 08600 10111
Oqaphile esikhungweni solwazi ngobugebengu, uzophendula ucingo kanye nokubhala lolo lwazi. Ungakhetha ukuthi ungazidaluli igama lakho.
Oqapha ulwazi esikhungweni, uzokunikeza inombolo yekhodi eyimfihlo yeferense yangekusasa.

Phezulu

Umthetho osetshenziswayo



South African Police Service Act, 1995  

Phezulu

Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi

Uzosizwa ngokushesha.

Phezulu

Izindleko

Izingcingo zishajwa ngama-rate ezingcingo ezivamile kanti zishajwa ngama-rate amaselula .

Phezulu

Amafomu okumele agcwaliswe

Awekho amafomu okumele agcwaliswe.

Phezulu

Indawo nendlela yokuxhumana


