

Isicelo sokuvuselela ilayisense yokuba nesibhamu

Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana

Izincazelo

The Firearms Control Act, 2000 , unenhloso yokuqinisekisa ukuthi umuntu onesibhamu unekhono  lokuba nesibhamu.

Phezulu

Izinyathelo okumele zilandelwe

Kumele uqede uhlolo  esigunyaziwe  ukunikeza ubufakazi bolwazi lwakho ngomthetho we-Firearms Control Act, 2000) Umthetho olawula ukusetshenziswa kwezibhamu, 2000) kogunyaziwe onikeza ngoqeqesho . Lapho uthola isitifikedi soqeqesho kogunyaziwe onikeza ngoqeqesho noma SASSETA, yenza isicelo kwaboPhiki lwemiSebenzi yamaPhoyisa ukuthola isitifikedi sekhono.
Ungathi ngesikhathi esifanayo wenze isicelo sokuvuselela ilayisense  ekhona  esibhamu . Kusebenza izikhathi ezilandelayo zokuvuselela ngokulandela izinsuku zokuzalwa:

